Ngenkathi uJesu edlula lapho, walandelwa yizimpumputhe ezimbili ezazimemeza zithi: “Ndodana kaDavide, sihawukele!” Esefikile endlini, izimpumputhe zeza kuye. UJesu wathi kuzo: “Niyakholwa yini ukuthi ngingakwenza lokhu na?” Zathi kuye: “Yebo, Nkosi.” Wayesethinta amehlo azo, wathi: “Makwenzeke kini njengokukholwa kwenu.” Ayesevuleka amehlo azo. UJesu wazidonsa ngendlebe, wathi: “Qaphelani ukuba lokhu kungaziwa muntu.” Kepha zathi ziphuma nje, zamdumisa kulo lonke lelo lizwe.
Funda NgokukaMathewu 9
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaMathewu 9:27-31
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo