NgokukaMathewu 7:26

NgokukaMathewu 7:26 ZUL20

Kodwa yilowo nalowo owezwayo lawa mazwi ami, angawenzi, uyakufaniswa nendoda eyisiwula eyakha indlu yayo esihlabathini.