Kepha kwathi lapho ebona abaFarisi nabaSadusi abaningi beza embhabhadisweni, wathi kubo: “Nzalo yezinyoka, ngubani onixwayise ukuba nibalekele intukuthelo ezayo na? Ngakho-ke vezani izithelo ezifanele ukuphenduka. Ningacabangi ukuthi nizakuthi phakathi kwenu: ‘Sinobaba u-Abhrahama,’ ngokuba ngithi kini: uNkulunkulu angamvusela abantwana u-Abhrahama kulawa matshe. Izembe selibekiwe empandeni yemithi, ngakho-ke yonke imithi engatheli izithelo ezinhle iyanqunywa, iphonswe emlilweni.
Funda NgokukaMathewu 3
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaMathewu 3:7-10
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo