NgokukaMathewu 27:57-60

NgokukaMathewu 27:57-60 ZUL20

Sekuhlwile, kwafika umuntu ocebileyo wase-Arimatheya, igama lakhe nguJosefa, naye wayengumfundi kaJesu; waya kuPilatu, wacela isidumbu sikaJesu. UPilatu wayalela ukuba anikwe sona. UJosefa wasithatha isidumbu, wasisonga ngendwangu yelineni enhle ehlanzekileyo; wasibeka ethuneni lakhe elisha ayeliqophe edwaleni; wagingqela itshe elikhulu emnyango wethuna, wahamba.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMathewu 27:57-60