NgokukaLuka 14:26-27

NgokukaLuka 14:26-27 ZUL20

“Uma umuntu eza kimi, kepha engamdeli uyise, unina, umkakhe, abantwana, abafowabo, odadewabo, ngisho nokuphila kwakhe imbala, ngeke abe ngumfundi wami. Nalowo ongathwali isiphambano sakhe, angilandele, ngeke abe ngumfundi wami.