NgokukaLuka 14:26-27

NgokukaLuka 14:26-27 ZUL59

“Uma umuntu eza kimi engamzondi uyise, nonina, nomkakhe, nabantwana, nabafowabo, nawodadewabo, yebo, nokuphila kwakhe, angebe ngumfundi wami. Nalowo ongathwali isiphambano sakhe, angilandele, angebe ngumfundi wami.