UJona 1:15-17

UJona 1:15-17 ZUL20

Ayesemqukula uJona, amphonsa olwandle; lwase luthula cwaka ulwandle. Amatilosi amesaba kakhulu uSimakade, anikela kuye umhlatshelo, enza nezifungo. USimakade wathumela inhlanzi enkulu ukuba igwinye uJona. UJona wayesesiswini senhlanzi izinsuku ezintathu, nobusuku obuthathu.

Funda UJona 1

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UJona 1:15-17