Uyini umuntu ukuba umenze abe mkhulu, nokuba ubeke inhliziyo yakho kuye, nokuba umhambele njalo ekuseni, umhlole imizuzu ngemizuzu na? Kuyoze kube nini ungawasusi amehlo akho kimi na? Ngiyeke ngize ngigwinye isikhwehlela sami. Uma ngona, ngenzani kuwe mlindi wabantu na? Ungimiseleni ngibe yinkololo yakho, ngize ngibe ngumthwalo nakimi na?
Funda UJobe 7
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UJobe 7:17-20
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo