UJobe 42:1-6

UJobe 42:1-6 ZUL20

UJobe wayesemphendula uSimakade, wathi: “Ngiyazi ukuthi ungakwenza konke, icebo lakho alinakuvinjwa. Ngubani ofihla iseluleko engenalwazi na? Ngikukhulumile lokho engingakuqondiyo, izinto ezinkulu kunami engingazaziyo. “Ake ulalele, kukhuluma mina, ngiyakubuza, wena ngiphendule. Ngezwa ngawe ngokuzwa kwezindlebe, kodwa manje iso lami selikubonile, ngakho-ke ngiyazenyanya, ngiyazisola, ngibhuquza othulini nasemlotheni.”

Funda UJobe 42

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UJobe 42:1-6