UJobe wayesemphendula uSimakade, wathi: “Ngiyazi ukuthi ungakwenza konke, icebo lakho alinakuvinjwa. Ngubani ofihla iseluleko engenalwazi na? Ngikukhulumile lokho engingakuqondiyo, izinto ezinkulu kunami engingazaziyo. “Ake ulalele, kukhuluma mina, ngiyakubuza, wena ngiphendule. Ngezwa ngawe ngokuzwa kwezindlebe, kodwa manje iso lami selikubonile
Funda UJobe 42
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UJobe 42:1-5
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo