Lase lisondele iPhasika labaJuda, uJesu wenyukela eJerusalema. Wafumana ethempelini ababethengisa ngezinkomo, ngezimvu nangamajuba, abanye behlezi beshintsha imali. Wayesephotha inkalivasi ngezintambo, wabaxosha bonke ethempelini, izimvu nezinkomo; wasakaza imali yabashintshisayo, wagumbuqela amatafula. Wathi kulabo abathengisa ngamajuba: “Susani lokhu lapha, ningayenzi indlu kaBaba ibe yindlu yokuthengiselana.” Abafundi bakhe bakhumbula ukuthi kulotshwe ukuthi
Funda NgokukaJohane 2
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaJohane 2:13-17
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo