Kwathi ngosuku lwesithathu, kwaba khona umshado eKhana eGalile. Unina kaJesu wayekhona lapho. UJesu nabafundi bakhe babemenyiwe emshadweni. Kwathi sekuphele iwayini, unina kaJesu wathi kuye: “Abanalo iwayini.” UJesu wathi kuye: “Mame, ungene ngani kokwami na? Isikhathi sami asikafiki.” Unina wayesethi ezincekwini: “Yenzani noma yini azakunitshela yona.”
Funda NgokukaJohane 2
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaJohane 2:1-5
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo