Kepha elinye lamabutho lamgwaza ngomkhonto ohlangothini, kwaphuma igazi namanzi ngokushesha. Lowo obonileyo ufakazile futhi ubufakazi bakhe buqinisile, futhi lowo uyazi ukuthi ukhuluma iqiniso, ukuze nani nikholwe. Ngokuba lokhu kwenzeka ukuba kugcwaliseke umbhalo othi: “Akuyukwaphulwa thambo lakhe.” Kukhona nomunye umbhalo othi: “Bayakumbheka abamgwazileyo.”
Funda NgokukaJohane 19
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaJohane 19:34-37
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo