U-Izaya 58:6-7

U-Izaya 58:6-7 ZUL20

“Ukuzila engikukhethileyo akukhona yini lokhu: ukuthukulula izibopho zenkohlakalo, ukukhumula izitilobho ejokeni, ukukhulula abacindezelweyo, nokuphula wonke amajoka na? Akusikho yini ukwabelana nabalambileyo isinkwa sakho, ukungenisa abampofu nemihambima ekhaya lakho, lapho ubona ohambaze umembathise, nokungazifihli ezihlotsheni zakho na?

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne U-Izaya 58:6-7