U-Isaya 58:6-7

U-Isaya 58:6-7 ZUL59

“Akusikho lokhu kuzila engikukhethileyo yini: ukuthukulula izibopho zobubi nokuxegisa imichilo yejoka; ukukhulula abacindezelwayo nokwaphula onke amajoka na? Akusikho ukwabela abalambileyo isinkwa sakho, nokuyisa abampofu nemihambima ekhaya lakho, nokwembesa ohamba ze, lapho umbonayo, nokungazisithezi kwaba yinyama yakho, na?

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne U-Isaya 58:6-7