UJakobe wabayala, wathi: “Sengizokufa ngingcwatshwe nobabamkhulu. Ngimbeleni nokhokho bami emgedeni osensimini ka-Efroni, umHithi, emgedeni osensimini eMakhaphela eseduze kweMamre eKhanani, ensimini u-Abhrahama ayithenga ku-Efroni, umHithi, ukuba ibe yindawo yokungcwaba. Kulapho u-Abhrahama noSara umkakhe bangcwatshwa khona, kulapho futhi no-Isaka nomkakhe uRibheka bengcwatshwe khona, nami ngamngcwaba lapho uLeya.
Funda IGenesisi 49
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: IGenesisi 49:29-31
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo