IGenesisi 4:3-5

IGenesisi 4:3-5 ZUL20

Kwathi ngokuhamba kwezinsuku uKhayini waletha kuSimakade umnikelo wezithelo zomhlabathi. U-Abela naye waletha amazibulo emfuyo yakhe, wanikela ngezitho zawo ezinonileyo. USimakade wamnaka u-Abela nomnikelo wakhe, kodwa uKhayini nomnikelo wakhe wakushaya indiva. UKhayini wathukuthela wagana unwabu, wahwaqabala ebusweni.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IGenesisi 4:3-5