IGenesisi 1:1-4

IGenesisi 1:1-4 ZUL20

Ekuqaleni uNkulunkulu wadala izulu nomhlaba. Umhlaba wawungenasimo, ungenalutho, ubumnyama busibekele utwa. UMoya kaNkulunkulu wawuvunguza phezu kwamanzi. UNkulunkulu wathi: “Makube khona ukukhanya.” Kwaba khona ukukhanya. UNkulunkulu wabona ukuthi ukukhanya kuhle, uNkulunkulu wayesehlukanisa ukukhanya nobumnyama.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IGenesisi 1:1-4