UMshumayeli 7:11-12
UMshumayeli 7:11-12 ZUL20
Ukuhlakanipha kuhle njengefa, futhi kusiza labo abasalibona ilanga. Ngokuba ukuvikeleka kokuhlakanipha kufana nokuvikeleka kwemali, kodwa ubuhle bolwazi nokuhlakanipha kulondoloza ukuphila kwalowo onakho.