IDutheronomi 6:4-6

IDutheronomi 6:4-6 ZUL20

“Yizwa, Israyeli: uSimakade uNkulunkulu wethu, uSimakade, munye. Mthande uSimakade uNkulunkulu wakho, ngayo yonke inhliziyo yakho, nangawo wonke umphefumulo wakho, nangawo wonke amandla akho. Lawa mazwi engikuyala ngawo namuhla mawahlale enhliziyweni yakho.