KwabaseKholose 3:20-21

KwabaseKholose 3:20-21 ZUL20

Bantwana, lalelani abazali benu ezintweni zonke, ngokuba lokho kuyathandeka eNkosini. Boyise, ningabathukuthelisi abantwana benu, funa badikibale.