2 KwabaseKhorinte 11:14-15

2 KwabaseKhorinte 11:14-15 ZUL20

Nokho akumangalisi, ngokuba noSathane waziguqula wazenza ingelosi yokukhanya. Ngakho-ke akuyona into enkulu uma nezikhonzi zakhe ziziguqula izikhonzi zokulunga, kodwa ukuphela kwazo kuyakuba njengokwemisebenzi yazo.