2 KwabaseKhorinte 10:3-6

2 KwabaseKhorinte 10:3-6 ZUL20

Nakuba siphila sisenyameni, kasilwi ngokwenyama, ngokuba izikhali esilwa ngazo akusizo ezenyama, kodwa ngoNkulunkulu zinamandla okubhidliza izinqaba, zichithe imidlinzo emibi, nakho konke okujulileyo okuziphakamisayo ukuze kumelane nokumazi uNkulunkulu, kepha sithumba yonke imicabango ukuze ilalele uKhristu. Sihlala sikulungele ukujezisa konke ukungalaleli lapho ukulalela kwenu sekuphelele.

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo