Kuyothi lapho izinsuku zakho seziphelele ukuba uye koyihlomkhulu, ngimise abozalo lwakho omunye zalweni lwakho, ngiwuqinise umbuso wakhe. Nguye oyakungakhela indlu, ngiyakusiqinisa isihlalo sakhe sobukhosi, kuze kube phakade. Mina ngiyakuba nguyise kuye, yena abe yindodana kimi; angiyukuwususa umusa wami kuye, njengalokho ngawususa kulowo owayengaphambi kwakho. Ngiyakumbeka endlini yami nasembusweni wami, kuze kube phakade; isihlalo sakhe sobukhosi siqiniswe, kuze kube phakade.” ’ ”
Funda 1 IZikhronike 17
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 1 IZikhronike 17:11-14
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo