KwabaseRoma 10:14-15

KwabaseRoma 10:14-15 ZUL59

Kepha bayakukhuleka kanjani kuye abangakholwanga nguye na? Bayakukholwa kanjani abangezwanga ngaye na? Bayakuzwa kanjani, kungekho oshumayelayo na? Bayakushumayela kanjani, uma bengathunywa na? Njengokulotshiweyo ukuthi: “Yeka, zinhle izinyawo zabashumayela izindaba ezinhle.”

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KwabaseRoma 10:14-15