AmaHubo 80:1-2

AmaHubo 80:1-2 ZUL59

Yizwa, malusi ka-Israyeli, ohola uJosefa njengomhlambi, ohlezi phezu kwamakherubi;* mawubonakale ngokukhazimula. Vusa amandla akho phambi kuka-Efrayimi noBenjamini noManase, uze ukusisindisa.