AmaHubo 8:6-9

AmaHubo 8:6-9 ZUL59

Wamenza abe ngumbusi phezu kwemisebenzi yezandla zakho; konke wakubeka phansi kwezinyawo zakhe: izimvu, nezinkomo zonke, yebo, nezilwane zasendle, nezinyoni zezulu, nezinhlanzi zolwandle, nakho konke okuhamba ezindleleni zolwandle. Jehova Nkosi yethu, igama lakho liyababazeka kangaka emhlabeni wonke!

Funda AmaHubo 8

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo