Jehova, ngiyethemba wena; mangingajabhi naphakade. Ngikhulule ngokulunga kwakho, ungihlangulise; beka indlebe yakho kimi, ungisindise. Yiba kimi idwala lokuhlala, ukuze ngiye kulo njalonjalo; ukuyalezile ukusindiswa kwami, ngokuba uyidwala lami nenqaba yami. Nkulunkulu wami, ngikhulule esandleni somubi, esandleni songalungile nesonakeleyo.
Funda AmaHubo 71
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AmaHubo 71:1-4
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo