UNkulunkulu makabe nomusa kithina, asibusise; makakhanyise ubuso bakhe phezu kwethu, Sela* ukuze indlela yakho yaziwe emhlabeni, insindiso yakho kubo bonke abezizwe. Abantu mabakubonge, Nkulunkulu; mabakubonge abantu bonke. Izizwe mazijabule, zethabe; ngokuba izizwe uzahlulela ngokulunga, uzihola izizwe emhlabeni. Sela* Abantu mabakubonge, Nkulunkulu; mabakubonge abantu bonke. Umhlaba uthelile izithelo zawo; uNkulunkulu, uNkulunkulu wethu, uyasibusisa. UNkulunkulu uyasibusisa; imikhawulo yonke yomhlaba iyakumesaba.
Funda AmaHubo 67
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AmaHubo 67:1-7
21 Days
Oftentimes we struggle to share the gospel with our friends. Either we are overcome with fear or don't know what to share. We all need a burden to reach our lost friends for Christ. This is a 21-day Bible reading plan that helps us meditate specifically on passages related to evangelism and is accompanied by a short prayer for each day for our friends.
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo