Ngezwi likaJehova izulu lenziwa, namabandla onke ngomoya womlomo wakhe. Ubuthela ndawonye amanzi olwandle njengenqwaba; uwabeka ajulileyo ezinqolobaneni. Umhlaba wonke mawumesabe uJehova; bonke abakhileyo ezweni mabathuthumele phambi kwakhe. Ngokuba wakhuluma, kwaba khona; wayaleza, kwema khona.
Funda AmaHubo 33
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AmaHubo 33:6-9
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo