AmaHubo 33:18-21

AmaHubo 33:18-21 ZUL59

Bheka, iso likaJehova liphezu kwabamesabayo, abathemba umusa wakhe, ukuba akhulule umphefumulo wabo ekufeni, abaphilise endlaleni. Umphefumulo wethu ulindela uJehova; ungukusiza kwethu nesihlangu sethu. Ngalokho inhliziyo yethu ithokoza ngaye, ngokuba sithemba igama lakhe elingcwele.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne AmaHubo 33:18-21