Ungazikhumbuli izono zobusha bami neziphambeko zami; ngikhumbule ngokomusa wakho ngenxa yobubele bakho, Jehova. UJehova muhle, ulungile; ngalokho ufundisa izoni indlela. Abathobekileyo ubaholela kokulungileyo, abathobekileyo ubafundisa indlela yakhe. Zonke izindlela zikaJehova zingububele neqiniso kulabo abagcina isivumelwano sakhe nezifakazelo zakhe.
Funda AmaHubo 25
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AmaHubo 25:7-10
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo