AmaHubo 22:1-5

AmaHubo 22:1-5 ZUL59

Nkulunkulu wami, Nkulunkulu wami, ungishiyeleni na? Ukude namazwi okubububula kwami nokusindiswa kwami. Nkulunkulu wami, ngikhala emini, kepha awuphenduli, nasebusuku, ngingabi nakuthula. Kepha wena ungoNgcwele ohlezi ezibongweni zika-Israyeli. Obaba bethu babekwethemba; babethemba, wena wabakhulula. Bakhala kuwe, bakhululwa; bethemba wena, abaze bajabha.

Verse Image for AmaHubo 22:1-5

AmaHubo 22:1-5 - Nkulunkulu wami, Nkulunkulu wami,
ungishiyeleni na?
Ukude namazwi okubububula kwami nokusindiswa kwami.
Nkulunkulu wami,
ngikhala emini, kepha awuphenduli,
nasebusuku, ngingabi nakuthula.

Kepha wena ungoNgcwele
ohlezi ezibongweni zika-Israyeli.
Obaba bethu babekwethemba;
babethemba, wena wabakhulula.
Bakhala kuwe, bakhululwa;
bethemba wena, abaze bajabha.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne AmaHubo 22:1-5