AmaHubo 107:28-29

AmaHubo 107:28-29 ZUL59

Base bekhala kuJehova ekuhluphekeni kwabo, wabakhulula ezinsizini zabo. Wathulisa isiphepho, kwaze kwaba ngukuthula, kwathula namadlambi olwandle.