AmaHubo 107:19-20

AmaHubo 107:19-20 ZUL59

Base bekhala kuJehova ekuhluphekeni kwabo; wabakhulula ezinsizini zabo. Wathuma izwi lakhe, wabaphilisa, wabakhulula emathuneni abo.