IzAga 30:7-9

IzAga 30:7-9 ZUL59

“Yizinto ezimbili engizicela kuwe: unganginqabeli nazo, ngingakafi. Dedisela kude nami okuyize namanga, unganginiki ubumpofu nengcebo, kepha ngiphe isinkwa engisimiselweyo, funa ngisuthe, ngikuphike ngithi: ‘UJehova ungubani na’ ” funa ngibe mpofu, ngebe, ngilone igama likaNkulunkulu wami.

Funda IzAga 30

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IzAga 30:7-9