Wayesethi kubo: “Imbala isibani siza ukuba sibekwe phansi kwesitsha nokuba phansi kombhede yini, singabekwa othini, na? Ngokuba akukho okusithekileyo okungayikuhlalukiswa; akukho okuyisifuba okungayikuba sobala. Uma ekhona onezindlebe zokuzwa, makezwe.” Wayesethi kubo: “Qaphelani enikuzwayo; ngaleso silinganiso enilinganisa ngaso nani niyakulinganiselwa ngaso, nenezelwe nina. Ngokuba onakho uyakuphiwa; kepha ongenakho uyakwamukwa nalokho anakho.”
Funda NgokukaMarku 4
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaMarku 4:21-25
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo