NgokukaMarku 13:35-37

NgokukaMarku 13:35-37 ZUL59

“Ngakho lindani, ngokuba anazi ukuthi inkosi yendlu iyakufika nini, noma ngokuhlwa, noma phakathi kobusuku, noma ngokukhala kwezinkuku, noma ekuseni, funa ifike ngokuzuma, inifumane nilele. Kepha lokhu engikusho kini ngikusho kubo bonke, ngithi: ‘Lindani.’ ”

Video for NgokukaMarku 13:35-37