NgokukaMathewu 26:14-16

NgokukaMathewu 26:14-16 ZUL59

Khona kwasuka omunye wabayishumi nambili othiwa uJuda Iskariyothe, waya kubapristi abakhulu, wathi: “Niyakunginikani, ngimkhaphele kini, na?” Base bemnika izinhlamvu zesiliva ezingamashumi amathathu. Kusukela lapho wafuna ithuba lokumkhaphela.