NgokukaMathewu 25:26-29

NgokukaMathewu 25:26-29 ZUL59

“Kepha inkosi yakhe yaphendula, yathi kuye: ‘Nceku embi nevilaphayo, ubukwazi ukuthi ngivuna lapha ngingahlwanyelanga khona, ngibutha lapha ngingafazanga khona, na? Ngakho wawumelwe ukubeka imali yami kwabebhange,* mina-ke ekufikeni kwami ngabe ngitholile okwami kanye nenzalo. “ ‘Ngakho mamukeni italenta, nilinike onamatalenta ayishumi. Ngokuba yilowo nalowo onakho uyakuphiwa, avame; kepha ongenakho uyakwamukwa nalokho anakho.

Ividiyo ye- NgokukaMathewu 25:26-29