NgokukaMathewu 1:1-4

NgokukaMathewu 1:1-4 ZUL59

Incwadi yokuzalwa kukaJesu Kristu, indodana kaDavide, indodana ka-Abrahama. U-Abrahama wazala u-Isaka, u-Isaka wazala uJakobe, uJakobe wazala uJuda nabafowabo; uJuda wazala oFaresi noZara kuTamari, uFaresi wazala u-Esiromu, u-Esiromu wazala u-Aramu; u-Aramu wazala u-Aminadaba, u-Aminadaba wazala uNasoni, uNasoni wazala uSalimoni

Video for NgokukaMathewu 1:1-4