NgokukaLuka 20:34-36

NgokukaLuka 20:34-36 ZUL59

UJesu wathi kubo: “Abantwana bale nkathi bayaganwa, bayendiswa. Kepha labo abazakuthiwa bafanele ukufinyelela kuleyo nkathi nasekuvukeni kwabafileyo kabaganwa, kabendiswa; ngokuba bangebuye bafe, banjengezingelosi; bangabantwana bakaNkulunkulu bengabantwana bokuvuka.