Wayesethi nakuzo izixuku: “Nxa nibona ifu likhuphuka entshonalanga, masinyane nithi: ‘Iyeza imvula,’ kube njalo. Futhi nxa kuphephetha iningizimu, nithi: ‘Lizakubalela,’ kube njalo. Bazenzisi, niyakwazi ukuchachisa ukuma komhlaba nokwezulu; kepha yini ukuba ningachachisi lesi sikhathi na? “Pho, yini ukuba ninganqumi ngokwenu okulungileyo na? Ngokuba, nxa uya enkosini nomelene nawe, ncengisisa usesendleleni ukuba ukhululeke kuye, funa mhlawumbe akuhudulele kumahluleli, umahluleli akunikele kulo iphoyisa, iphoyisa likuphonse etilongweni. Ngithi kuwe: Awusoze waphuma khona, uze ukhokhe ifadingi* lokuphela.”
Funda NgokukaLuka 12
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaLuka 12:54-59
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo