UNkulunkulu uyaqonda indlela yakho; yena uyazi indawo yakho. Ngokuba uyabeka imikhawulo yomhlaba, abone konke okuphansi kwezulu. Lapho emisela umoya ukusinda kwawo, elinganisa amanzi ngezilinganiso, lapho enzela imvula isimiso, nonyazi lokuduma indlela, khona wakubona, walanda ngakho, wakuhlela, wakuphenya. Wathi kubantu: ‘Bhekani, ukwesaba iNkosi lokhu kungukuhlakanipha; ukusuka ebubini kungukuqonda.’ ”
Funda UJobe 28
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UJobe 28:23-28
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo