“Awayikuphendulwa amazwi amaningi kangaka na? Umuntu oliphoshophosho angathethelelwa na? Ukugavuza kwakho kuthulisa abantu na? Nalapho ukloloda, akakho ongakuhlaza na? Ngokuba uthi: ‘Ukufundisa kwami kulungile; ngimhlophe emehlweni akho.’ Sengathi uNkulunkulu angakhuluma, akuvulele izindebe zakhe, akwazise izimfihlakalo zokuhlakanipha, ngokuba ukuqonda kwakhe kuninginingi, uze wazi ukuthi uNkulunkulu, ukuba kube kuhle kuwe, wenza ukuba ikhohlakale inxenye yecala lakho.
Funda UJobe 11
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UJobe 11:2-6
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo