UJobe 1:20-22

UJobe 1:20-22 ZUL59

Wayesesukuma uJobe, waklebhula ingubo yakhe, waphucula ikhanda lakhe, wawela emhlabathini, wakhuleka, wathi: “Ngaphuma ngize esizalweni sikamame; ngiyakubuyela khona ngize; uJehova wapha, uJehova uthathile; malibongwe igama likaJehova.” Kukho konke lokho uJobe akonanga, akamthelanga uNkulunkulu okubi.

Funda UJobe 1

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UJobe 1:20-22