NgokukaJohane 8:58-59

NgokukaJohane 8:58-59 ZUL59

UJesu wathi kubo: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Engakabikho u-Abrahama, ngangikhona mina.” Base bethatha amatshe ukuba bamkhande. Kepha uJesu wasithela, waphuma ethempelini.