NgokukaJohane 4:1-4

NgokukaJohane 4:1-4 ZUL59

Kwathi ukuba iNkosi yazi ukuthi abaFarisi bezwile ukuba uJesu wenza abafundi, ebhapathiza abaningi kunoJohane, ingani uJesu uqobo kabhapathizanga, kodwa kwakubhapathiza abafundi bakhe, yamuka eJudiya, yaphindela eGalile. Kwakuswelekile ukuba adabule iSamariya.

Video for NgokukaJohane 4:1-4