Kwathi ngosuku lwesithathu kwakukhona umshado eKhana laseGalile; wayekhona lapho unina kaJesu. NoJesu nabafundi bakhe babemenyiwe emshadweni. Kwathi ukuba lisweleke iwayini, unina kaJesu wathi kuye: “Kabanalo iwayini.” UJesu wathi kuye: “Mame, ungene ngani kokwami na? Isikhathi sami asikafiki.” Wathi unina ezincekwini: “Nayikuphi akusho kini anokwenza.”
Funda NgokukaJohane 2
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaJohane 2:1-5
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo