NgokukaJohane 19:16-18

NgokukaJohane 19:16-18 ZUL59

Wayesemnikela kubo ukuba abethelwe esiphambanweni. Bamthatha-ke uJesu, bahamba naye. Waphuma ezithwalele isiphambano, waya endaweni ethiwa iNdawo Yekhanda, ethiwa ngesiHeberu iGolgotha. Bambethela khona nabanye ababili kanye naye ngalapha nangalapha, uJesu ephakathi.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaJohane 19:16-18